Esikumele...

I-Zulu.sale isitolo esiku-inthanethi esizinikele ekudayiseni ngezimpahla zekhethelo zabesifazane, ubucwebe, izandiso zezinwele, nezingubo zezingane.

*

Siyaziqhenya ngokugqugquzela ukukhiqizwa kwasekhaya lana eNingizimu Afrika kodwa ke sinabo ubudlelwano nabakhiqizi nabadayisi bempahla bamazwe ngamazwe ukuze sikwazi ukufeza izidingo zamakhasimende ethu.

*

Sidayisa izingcezu ezisezingeni eliphezulu neziyingqayizivele ezakhiwe futhi zakhandwa izingcweti zamakhono aphezulu eNingizimu Afrika

*

Sinohlu olude lwezimpahla zomdabu ezinhle, imfashini yesimanje, ubucwebe, nezandiso zezinwele.

*
Imikhiqizo yethu ozoyithenga kithi siyakwethembisa ukuthi sizoyithola kubahlinzeki balapha ekhaya eNingizimu Africa noma kubahlinzeki basemazweni ukuze sifeze izidingo zamakhasimende ethu.

*

Yeseka ukufukulwa kwabesifazane abangamaZulu kanye nemiphakathi yabo ngokwakha amathuba omnotho esimeme.

*

Uzoba nesikhathi sokuthenga Ku-inthanethi esilula futhi esisheshayo nesinethezekile ngenxa yolwazi lwethu: Lewebhusayithi yethu isebenziseka kalula futhi uyakwazi nokuthi siku lethele impahla oyithengile ekhaya kwakho.

*

Zulu.sale

Lapho Isiko Lihlangana Nemfashini